Mtshengiseni gcwensa biography samples
The Daily Sun reports that iNdidane, real name Mtshengiseni Gcwensa, revealed his past to Ngobe shortly before his death last year....
Mtshengiseni Gcwensa
Umtshengiseni Gcwensa wazalwa ngo1972 ezalwa eMsinga kwa Majozi, Kwazulu.
Ube esehola phambili iqembu Amageza Amahle. Uqale ngokuthi abengumculi wangasemuva kuMahawukela ngezikathi zaMatshitshi Amhlophe lapho ube back-ela amaqembu ahlukene kaMahawukela. Kuthe uma eseshona uMahawukela ngo-2001 base beqamba iqembu abalisungule ekunye noMgqumeni, bekungu 2003 unyaka abakhiphe i-album labo lokuqala ngokuhlanganyela.
It must be noted that such instrumentalists are hired by different maskandi groups.
Iqembu bebelibiza ukuthi Amagcokama. Leliqembu likhiphe i-album eyodwa vho ababeyibiza ngokuthi "Ithe Bhuxe". Lisandlondlobala njalo iqembu kwase kuba nombangiswano lase lihlephuka phakathi. UGcwensa ube esephuma umuzi okungowakhe lapho ahambe kanye nensizwa ezimbili okungu Njencane Ngubane kanye noSbongiseni Mpondo Ntombela.
Base bezama ukukhangela inkampani abangaqopha kuyona,zabavalela ngaphandle eziningi baze badibana noSgxobo Mpungose wasebenzisana nabo bakhiphi album labo lokuqala. Bakiphe album labo lesibili elabakhela udumo olumangaz